Ohlange – indlela yokuthuthuka kwamagugu eNanda
Ukubaluleka
Ohlange Institute indawo ebaluleke kakhulu ngoba ikhombisa amaphupho nokuphumelele okwatholakala ngokubaleleka kukaRev John Langalibalele Dube noma uMafukuzela futhi ilapho uMongameli uNelson Mandela owavuma khona impumelelo kaDube ngokudedela ukhetho ngesikhathi sokhetho lokuqala eNingizimu Afrika ngo 1994. Wazalelwa emishini eNanda lapho ubaba wakhe uJames waba ngumfundisi wokuqala ompisholo. UJohn Dube waya eKolishi e-Obertin, Illinois e-US ngama 1890’s ukuyofunda ubufundisi elandela ubaba wakhe. Lapho kwakuyimfundiso ka Booker T Washington owayelwela ukukhululeka emiphakathini kobungcono komuntu ngamunye, imfundo ephakeme, imisebenzi ebalulekile nomfutho wamaKwestu, uDube wabuyela eNanda wathola u-Ohlange Institute ngo 1901. UDube futhi owathola iphephandaba lokuqala eNingizimu Afrika iLanga lase Natali futhi ekuhambeni kwakhe wathola iNatal Native Congress futhi nje kamuva waba uMongameli wokuqala we African National Congress (ANC).
Amathuba
Inika isipiliyoni esiqhubekayo ngo Nelson Mandela endaweni futhi sifaka namaculo ezimpi. Yazisa futhi nokutholakala kwenhloso kaDube ngokuzithuthukisa ngemisebenzi nje yenzandla ekilasini elisondeleni nomnikazi wesiqiwi. Ukukhulisa umuzi kaDube endaweni yomdabu, amathuna omndeni nekilasi lokuqala. Inikeza indawo yokulala ubusuku bonke ngezingubo zomdabu wamampela ewotela labafana. Inikeza ithuba izivakashi ngolwazi lokusebenza ngama-High Schools ukulungisa , ukuhlanzeka kwamakhaya ezivakashini.
Inhloso
Ukugubha impilo nokuphumelela kuka Rev J.L Dube
Ukuthuthukisa ukuzalwa kabusha kwenkaba ye-Afrika
Irekhoda ukulelwa kwenkululeko eNingizimu Afrika
Iphinde yazise nangemicabango kaDube mayelana nemisebenzi yezandla
Iveza incazelo phakathi kwesikole namagugu
Ithuthukisa indawo
Imithetho
Engxenyeni ephezulu nesikole indlu yomdabu yakhiwe emhlabeni vele kwasekubuyiselwa kumamuyuziyemu ngesithombe somfanekiso kaMafukuzela ehlizi everandi. Amathuna kusadingeka ukuthi egujelwe futhi nje nesisekelo samakilasi odaka lomdabu eduze, ahlanganiswe. Inkulumompikiswano eyaqalwa njengamanje iphakathi kwi-Afrika entsa futhi nasendlini lapho kuyindawo kaMandela yokuvota. Ngesikhathi isikole sikhula njengokuphumelela “iphrokjekthi yesikole yokuvakashelela amasiko”. Amakilasi aseceleni azoshiywa bese asetshenziswa ukufundela imisebenzi yezandla ukunelisa inhloso- e.i ukunyuka kwenkaba yokuthola inhloso e-Afrika entsa. Ubunikazi nokuphatha endaweni phakathi kwempahla isiyonke phambili kwentuthuko ezayo.
- Original chapel and flanking classrooms
- AN EARLY CLASSROOM
- POSSIBLY THE RUINS OF THE EARLY CLASSROOM WITH DUBE’S GRAVE IN THE BACKGROUND
- JOHN DUBE’S ORIGINAL HOUSE RESTORED
- CHILDREN GRAVES
- CLASSROOMS FLANKING THE AFRICAN RENAISSANCE CENTRE, USED FOR PROGRAMME EXPANSION
- MADIBA VOTING
- ORIGINAL ADMINISTRATION and LIBRARY
- EARLY VIEW OF CLASSROOMS WITH WATER TANKS.
- BOY’S HOSTEL FACING ONTO A STUNNING VIEW
- DRESSED SANDSTONE REAR ELEVATION OF BOYS HOSTEL
- VERY INAPPROPRIATE ALTERATIONS TO BUILDINGS
- FINAL HOME OF REV. DR. JOHN LANGELIBALELE DUBE
- INTERNAL CEILINGS HAVE COLLAPSED FROM PIDGEON INVASION
- INTERIOR SURFACES COVERED WITH DROPPINGS
- IMPORTANT HUNTING TROPHIES ALSO EXPOSED TO DAMAGE BY DROPPINGS
- DUBE’S GARDEN RONDAVEL REMAINS LOCKED
- ROOF REPAIRS NEEDED TO PROTECT CONTENTS
Ohlange – proposed development
- Ohlange Institute – Short term projects
- Ohlange Institute – Medium term projects
- Ohlange Institute – Long term projects
- Ohlange Institute – Consolidated projects
Excerpted from: DEVELOPMENT FRAMEWORK PLAN & MARKETING STRATEGY INANDA HERITAGE ROUTE Harber & Associates IHR Consortium FINAL REPORT July 2010