Excerpted from: DEVELOPMENT FRAMEWORK PLAN & MARKETING STRATEGY INANDA HERITAGE ROUTE Harber & Associates IHR Consortium FINAL REPORT July 2010
Ukubaluleka
Ukuzimela okwaqhutswa umeluleki u-Amos K Shembe owadabuka kude ekuphakameni ngo 1977 okumanje ubudlelwano bakhe budumile. Indawo yabo yalungiswa nje ngo 1980 etafuleni elalingajwayelekile lika Mtabutele ngemibono eminingi eyaqhamuka ngegama elihle ‘Ebuhleni’ (indawo enhle). Iningi lakujabulela kakhulu ukusiza ukubekezela okholweni, ikakhulukazi ngemikhosi kaMasingane noNtulikazi ngenkathi iningi linikezwa izindawo zokuhlala ezazakhiwe ngezintingo (lathes) zaboshwa ngentambo yenayiloni futhi zihlotsiswe ngomfanekiso ongijimela iziphuzo. Empeleni umsebenzi omuhle wabakhi. Ekuhlukeni indawo ephakathi yokuthandaza yakhiwengaphansi kwesihlahla ngamatshe amhlophe achaza ubukhulu nokuhluka ekungeneni ichaza umbhishibhi, amadoda, abesifazane kanye nezintombi. Umpholofethi wacabanga ukuvumela umdanso njengento ebalulekile ekukholweni emhlabeni wonke amakhulu abantu abadansayo abahlukaniswa ngobulili nangeminyaka.
Inhloso
Ukwabelani izipiliyoni ngendawo yokuthandaza esendaweni evulekile eshawa umoya.
Ukugcina inani lamasiko.
Amathuba
Ukunikeza isipiliyoni iningi lenkolo ye-Afrika nasekwenzeni kweningi.
Ivula amathuba omsebenzi ngokufaka imibono ehlukene yokudayisa isibonela ukudayisa amavuvuzela.
Imithetho
Ukuziphatha kwezivakashi ukuthola imvumo endaweni, indlela yokugqoka nokuhlukana kobulili kubalulekile.
Ekuphakameni- Indlela yokuthuthukisa amagugu eNanda
Ukubaluleka
Eqinisweni ihumusheka nje ‘ngendawo yokujabula’ lendawo enhle yadayiswa ngo 1913 kumnikazi wayo umlungu ongomunye wabalandeli bakhe ngokuthola umpholofethi u-Isaiah Shembe. Lokhu kwathatheka njengephakathi lamaNazaretha iningi lenkolo yama-Afrika yokunyakaza yakhula yaba endlini yomlando endaweni enokuziphatha kwabantu okuzungezile.’indawo yokujabula’ indawo eshawa umoya engafani nesibaya. Abesilisa nabesifazane bayahlukana. Lokhu kubheka isipiliyoni sezivakashi endaweni eqondile neyokholo lwama-Nazaretha.
Inhloso
Ukukhuphula ubuhle bokholo endaweni
Ukuchaza umehluko nokubaluleka kwezindlela zokuhamba
Ukukhombisa ukuphenduka kokholo lwase-Afrika
Ukugcina inhlonipho kumpholofethi nge flora nefauna
Ukuthuthukisa indawo yonke ukwamukela izicelo ezifikayo.
Amathuba
Kunezibonelo ezinhle zamasiko angabonakali futhi nazo nje izakhiwo ezingabonakali kule ndawo, okufanele ukwazi uhla lwamatse apendwa ngabelungu awayechazi ‘izindonga’, isibonelo inkanyezi,izimpawu kanti nangokunjalo nokukhuluma kubalulekile kulemicimbi. Ukuphumelela kokuqothswa kahle futhi nokunikeza izivakashi nezifundiswa imvumo. Inikeza imvumo yokufakazela amasiko ahlukene. Kunamapulani ezinyawo ukwenza indawo enkulu ukuba qotho kulabo abasemadolobheni bamanje, ukuthuthukisa impilo yabantu, izindlu,nezikole zamabanga aphezulu. Ukubiyelwa kwendawo okwamanje kuwumphumela wengcinezi phakathi kwezinhlangano kodwa kunethemba lokuthi izolungiswa inkinga masinyane nje.
Imithetho
Ukunganakekelwa kwezakhiwo zamandulo kufanelwe kuxazululwe ngomkhuba owu-phrofeshinali ukukhuphula amandla amagugu. Lokhu kudala inselelo ekhethekile ngoba nalo isonto lavumelana ngemithetho ngezinto zamasiko. Isibonelo amaqhawe amane enza umsamo enzela amadlozi eduze kwe MR25 endlini ewulondo! Ukuziphatha kwezivakashi ukuthola imvumo endaweni, indlela yokuqgoka nokuhlukaniswa kobulili kubalulekile. Ukuthuthukisa indawo engenalutho kudingeka kwenzeke ngokuthinteka futhi nokuziphatha endaweni yangempela yokholo kufanelwa kugcinwe.
-
-
SPECTACULAR ‘TRADITIONAL’ DANCE PERFORMANCES
-
-
‘PARADISE’ THE CENTRAL OPEN AIR PRAYER SPACE SHADED BY TREES
-
-
EXCEPTIONALLY DENSELY SETTLED SITE
-
-
INDUSTRIAL WASTE USED IN TRADITIONAL SHELTERS
Ebuhleni – Consolidated phases
AFTER MIKULA WILSON ASSOCIATES ARCHITECTS