Aug 12

Ingxenye kaMafukuzela yobuciko

by in Umphakathi

Ingxenye ka Mafukuzela yobuciko iwumhlangano wamakhono owafakwa abafundi abasuka esikoleni Ohlange. Ngemigqibelo yonke ntambama ngaphezu kwentsha enga-100 esuka endaweni ihlangane ndawonye elabhulari yesikole ukuzokwenza umculo, amaphowemu, umdanso nokunye okungamakhono. Njengo Siyathemba Makhoba, ongomunye wamalunga enhlangano, uchaza ukuthi abafundi bafakwa umfutho izinhlelo zomphakathiezaqala ukuqhuntshwa ngabafundi nabaphathi bohlelo amasiko namagugu nezokuvakasha e-UKZN, ikakhulukazi “ikilabhu lezokuvakasha ” kanye “ne Mafukuzela Development initiative” (Mafukuzela isiqalo sokuthuthukisa). Abanye babafundi ngeqiniso banekhono futhi bayayidansela imicimbi yomphakathi kanye nezivakashi

Mafukuzela Arts Session from eNanda Online on Vimeo.

Siyathemba Makhoba – Zulu from eNanda Online on Vimeo.

This post is also available in: English

Leave a Reply

CAPTCHA *