I-Inanda Mass Choir iyazilungiselela njalo ngamampela sonto ekhaya lika Sibongile Mhlongo, eMzinyathi
Lekhwaya iculo umculo wokholo, kodwa iyazenza nezinye izinhlobo zomculo, kuya ngomcimbi. I-Inanda Mass Choir isebenzela emphakathini. Iyazamukela izivakashi ukuthi zizobabukela ngisho beselungiselela.
Ungaxhumana nabo kulezinombolo ezilandelayo:
Dumisani Ngidi- 0793570354 noma Siboniso- 0715006320
Noma uthumele i-email ku Sabelo- sabelo35@mobileimail.vodaphone.co.za
Ukulalela umculo wabo, cindezela lapha: Inanda Mass Choir practice, Inanda Mass Choir practice 2, Inanda Mass Choir practice 3
Ulwazi ngomlando we-Inanda Mass Choir, lalela umsunguli wayo uDumisani Ngidi: Dumisani Ngidi – English
This post is also available in: English