Feb 27

Impophoma yaseMzinyathi – Ukuthuthukiswa kwamagugu aseNanda

by in Amasiko & Amagugu, Ezokuvakasha, Umlando & Nesikukhumbulayo, Umphakathi

Ukubaluleka

Kubalulekile ukunika imvumo  kulendayo emangazayo eduze naphakathi kweTheku lapho iningi labantu linamathuba khona futhi kubuyiswe nokubuka izindawo eziningi eduze naseNanda.

Inhloso

Ukubuka indawo ejabulisayo noma enesipiliyoni sezigigaba kukho konke endaweni.

Amathuba

Ukubuka indawo ephezulu ezintabeni

Ukuncebeleka, ukushayela, ukuzidlalela, ukuhamba ngesikebhe kanyeneziphu layiningi.

Ukuvakashela indawo yamaRasta.

Imithetho

Kubalulekile ngaso sonke isikhathi ukuhlonipha ukuzimela kwemvelo ngokwenza ngcono zonke izinto ezenziwa ngezandla ngezinga elikhulu ngokuhlobisa umhlaba.

Ukuvikela umhlaba omanzi  ngaphezu kwentaba yamanzi.

Ukigcina, ikakhulukazi okuqondene nokungcola

Ukufaka izaziso

Kunesitolo esincane eceleni komgaqo ukuthola okuya ngasethunjini, ukuxazulula izinkinga zonogada, ukuhlanza indawo nokuxhasa abantu bendawo. Umnikazi usondele futhi ukukhali.

This post is also available in: English

Tags: , ,

Leave a Reply


+ 6 = 14