Feb 27

Ebuhleni – Indlela yokuthuthukisa amagugu eNanda

by in Amasiko & Amagugu, Ezokuvakasha, Umlando & Nesikukhumbulayo

Excerpted from: DEVELOPMENT FRAMEWORK PLAN & MARKETING STRATEGY INANDA HERITAGE ROUTE Harber & Associates IHR Consortium FINAL REPORT July 2010

Ukubaluleka

Ukuzimela okwaqhutswa umeluleki u-Amos K Shembe owadabuka kude ekuphakameni ngo 1977 okumanje ubudlelwano bakhe budumile. Indawo yabo yalungiswa nje ngo 1980 etafuleni elalingajwayelekile lika Mtabutele ngemibono eminingi  eyaqhamuka  ngegama  elihle ‘Ebuhleni’ (indawo enhle). Iningi lakujabulela kakhulu ukusiza ukubekezela okholweni, ikakhulukazi ngemikhosi kaMasingane noNtulikazi ngenkathi iningi linikezwa izindawo zokuhlala ezazakhiwe ngezintingo (lathes) zaboshwa ngentambo yenayiloni futhi zihlotsiswe ngomfanekiso ongijimela iziphuzo. Empeleni umsebenzi omuhle wabakhi. Ekuhlukeni indawo ephakathi yokuthandaza yakhiwengaphansi kwesihlahla ngamatshe amhlophe achaza ubukhulu nokuhluka ekungeneni ichaza umbhishibhi, amadoda, abesifazane kanye nezintombi. Umpholofethi wacabanga ukuvumela umdanso njengento ebalulekile ekukholweni emhlabeni wonke amakhulu abantu abadansayo abahlukaniswa ngobulili nangeminyaka.

Inhloso

Ukwabelani izipiliyoni ngendawo yokuthandaza esendaweni  evulekile eshawa umoya.

Ukugcina inani lamasiko.

Amathuba

Ukunikeza isipiliyoni iningi lenkolo ye-Afrika nasekwenzeni kweningi.

Ivula amathuba omsebenzi ngokufaka imibono ehlukene yokudayisa isibonela ukudayisa amavuvuzela.

Imithetho

Ukuziphatha kwezivakashi ukuthola imvumo endaweni, indlela yokugqoka nokuhlukana kobulili kubalulekile.

Ekuphakameni- Indlela yokuthuthukisa amagugu eNanda

Ukubaluleka

Eqinisweni ihumusheka  nje ‘ngendawo yokujabula’ lendawo enhle  yadayiswa ngo 1913 kumnikazi wayo umlungu ongomunye wabalandeli bakhe ngokuthola umpholofethi u-Isaiah Shembe. Lokhu kwathatheka njengephakathi lamaNazaretha iningi lenkolo yama-Afrika yokunyakaza yakhula yaba endlini yomlando endaweni enokuziphatha kwabantu okuzungezile.’indawo yokujabula’ indawo eshawa umoya engafani nesibaya. Abesilisa nabesifazane bayahlukana. Lokhu kubheka isipiliyoni sezivakashi endaweni eqondile neyokholo lwama-Nazaretha.

Inhloso

Ukukhuphula ubuhle bokholo endaweni

Ukuchaza umehluko nokubaluleka kwezindlela zokuhamba

Ukukhombisa ukuphenduka kokholo lwase-Afrika

Ukugcina inhlonipho kumpholofethi  nge flora nefauna

Ukuthuthukisa indawo yonke ukwamukela izicelo ezifikayo.

Amathuba

Kunezibonelo ezinhle zamasiko angabonakali futhi nazo nje izakhiwo ezingabonakali  kule ndawo, okufanele ukwazi  uhla lwamatse apendwa ngabelungu awayechazi ‘izindonga’, isibonelo inkanyezi,izimpawu kanti nangokunjalo nokukhuluma kubalulekile kulemicimbi. Ukuphumelela kokuqothswa kahle futhi nokunikeza izivakashi nezifundiswa  imvumo. Inikeza imvumo yokufakazela amasiko ahlukene. Kunamapulani ezinyawo ukwenza indawo enkulu ukuba qotho kulabo abasemadolobheni bamanje, ukuthuthukisa impilo yabantu, izindlu,nezikole zamabanga aphezulu. Ukubiyelwa kwendawo okwamanje kuwumphumela wengcinezi phakathi kwezinhlangano kodwa kunethemba lokuthi izolungiswa inkinga masinyane nje.

Imithetho

Ukunganakekelwa kwezakhiwo zamandulo kufanelwe kuxazululwe ngomkhuba owu-phrofeshinali ukukhuphula amandla amagugu. Lokhu kudala inselelo ekhethekile ngoba nalo isonto lavumelana ngemithetho ngezinto zamasiko. Isibonelo amaqhawe amane enza umsamo enzela amadlozi eduze kwe MR25 endlini ewulondo! Ukuziphatha kwezivakashi ukuthola imvumo endaweni, indlela yokuqgoka nokuhlukaniswa kobulili kubalulekile. Ukuthuthukisa indawo engenalutho kudingeka kwenzeke ngokuthinteka futhi nokuziphatha endaweni yangempela yokholo kufanelwa kugcinwe.

 

 

Ebuhleni Consolidated phases   Ebuhleni – Consolidated phases
AFTER MIKULA WILSON ASSOCIATES ARCHITECTS

This post is also available in: English

Tags: , , , ,

Leave a Reply


9 + = 18