I-Woza eNanda urban trail yahlanzekwa zingu 15 kuLwezi ka-2014
Ukulungiselela ukuhamba kwezikhulu ze-Woza eNanda urban trail, ikhampeyini yokuhlanza yahlelwa ngezi-15 kuLwezi ku-2014. IDurban Green Corridor (DGC) ihlangene ne-Arise & Shine ne Junior Classic F.C. ingxenye yendawo yonke ye-Trial phakathi ko-Ohlange ne Phoenix Settlement yatholwa yilo mphakathi, uqhutshwa ukuhlanzeka. IJunior Classic F.C yayimelwe ngabadlali aba-22 nokhoshi aba-2, uZamokuhle Mnqayi noThubelihle Mnqayi. I-Arise & Shine yayimelwe […]